Dezmizo - bayakhleka

0:00
0:00
Dezmizo - bayakhleka

Jalo mawvela bayakhleka Abathakathi neyngane zabo Unga give up mfanakithi Unga give up unkulunkulu usekhona Mfanakithi kulo mhlaba kunzima Angabsabheka emuva mfanakithi bheka phambili Impilo lena bekezela mntanasekhaya Ingajabuli ujule uveze elomhlathi Ngoba khona abanga thandi wena uma ujabule Kule mpilo mele wazi into eyodwa Shlala nabo shleke nabo Uma uflathe bayakhleba Mese uytshela ukuthi uhlezi nabantu Izinto ezingakqumela ugayi katiki ilanga libalele Hlala nabo uhleke nabo mfanakithi Kodwa plz ngcela ukuthi ubuye nganeno Njalo mawvela bayakhleka Abathakathi neyngane zabo Unga give up mfanakithi Unga give up unkulunkulu usekhona

2 Comments

Leave a comment

Author
6 years ago

See track description

4 years ago

Bars: On point 🎯 Delivery: Perfect 💯 Impression: Dope 🔥

User avatar
409
Total plays
70
Followers
89
Following

You may also like