Maphila-(Imali)

0:00
0:00
Maphila-(Imali)

Ngthe manglele ngaphupha nginemali kwamnandi ukuba nemali nami ngyafisa kukhala abashana indaba inemali yazi angkhoni ukphila ngemamali impilo imile mangenamali somatekisi imfuyo igcwele ijalidi mawungena endlini shoes off ngakafiki ngisho escabheni umtwana wakhona muhle yoh inkinga akabonwa Intozakhona ker Mali iningi yazi angsatholi ukuba nginemali or imali inami ahha mani parket lami yonke imbala yemali uzoythola fuc i like ma life yazi ngiphilela ukuspende nokubhonda bese ngiphathe umbunde ngiphila nabopalisa ngi ringa ngabo yellow B shot base ubukhazikhazi bonke balandela emali phila nami ngizokuphilela ngindlalele i page nami ngizokunika i blohho lokuwelele ngaphesheya bese sidle imali but ke singabhayizisan sibambisane ngokwevare until sibemnandi bese sivale iminyango after that akekho ongenayo sibala ama phepha sphile impilo ebtoti. kudala ngishizila tsotsi ngivuka ngophuthu nombhubhudlo ngilwela ukusutha ngithole amandla ngshone khona ngfune imali ngingena njenge fosholo enhlabathini kuhline ingxazi efakwe onyaweni impi yombango zonke x zifela emalini. Ukhona yini ongathandi ukphila kamnandi sonke sazalwa sayalwa kumele sifunde kuze sithole imali sivuse amakhaya sikhohle intozomhlaba hamba ubuye ndodana ukhumbule ekhaya ngavaleki amehle mase uthole imali nezinto zomhlaba lephupho ngizolifeza i remember ekhaya sihlukaniselan naba fwethu u 2 rand ngafikelwa umcabango kusamele ngisebenze kanzima i cent phezu kwe linye i cent until nami ngibe grandi. nga decider ukuthatha ipeni nephepha than i become umrepha i use my talent for uku gcwalisa iphakethe.

1 Comments

Leave a comment

Author
4 years ago

See track description

User avatar
715
Total plays
134
Followers
78
Following

You may also like