Thewise_onee
Thewise_onee

ANGSANENDABA

ANGSANENDABA

24 Plays

21 Aug 2021

aybo kant kthen ufuna ukungcontroller, aybo kant kthen ufuna kungitshela ngenzen ngempilo yam, aybo kant kungan ungafun ngiziphilele eyam impilo, kungan ulokhu ufuna ngilalelane nawe, ngenze okshiwo uwena, ngenze okthandwa nguwe. impilo imfishane mtase knokuth nglokhu ngenza okthandwa abantu, nama ngdinga injabulo kmele ngizwe ubumnandi, ngisasemncane kabi mina angifune kuguga ngingakaze ngibuzwe ubumnandi, kuth ngzolokhu ngizistressa ngicabangana nokungase kwenzeke ngezenzo zami, anginendaba mina,wena kmele ufunde ukdedela u"b" and let it be, if i die i die, nawe usasemncane awfunanga uklalela then suzofundisa mina, ah ah ah akhambi kanjalo, mawzolokhu ungfikela nam negative thoughts phuma kim, cuz at this age angbadingi abantu abanjalo, ngsanokningi okmele ngikwenze ebengingakwaz ukukwenza ngsemncane, mina ngsaphila impilo yobungane cuz by the way ngimncinci, ukuth abantu bathin anginendaba mina, sengafunda okuningi ngabangu balomhlaba, ukuth mawlokhu wenza abakfisayo, abakbona kukuhle for bona but into ibe ingawe, ngeke uyendawo namaphupho akho, ngoba abakwaziyo ukuth bakujaje, and ayboke bazokfisela okuhle empilwen, cuz kulomhlaba esphila kuwo, abantu banomona and aksoze bawyeka, bafuna ukukbeka emvakwabo kube yibo abakqhubayo, abahamba phambili and guess what, the same thing yenzakala kubo, so mangifa ngyafa,ngsasemncanekabi kunokuth kzozenza umuntu ona-40!

2 Comments

Leave a comment

3 years ago

You may also like