Thewise_onee
Thewise_onee

IMPILO YAYINGEKHO LULA

IMPILO YAYINGEKHO LULA

15 Plays

21 Aug 2021

ungangibona ngijabulile ngikhukhululekile, ngingenandaba ukuth abantu bathini ngami, uzitshele ukuth mina ngikhule ngijabulile, kanti cha ukuth sengafunda okuningi ngabantu nangempilo, ukuth mawulokhu ulalelana nabo uphika nabo, angeke ukhululeke uzolokhu uzama ukuziproova kubona, impilo yami yayilanjalo ngisasemncane, mangingase ngikuchazele ungamangala, ngikhule ngingenabo abangani abaningi ngoba abantu bebengidubta, bengangiqondi ukuth ngiyiphi igender ngenxa yevoice yam, indlela eyayizwakala ngayo kwakungath eyetheken, yea unkulunkulu wangipha ivoice yetheken, and lokho kwenza abantu bengijaje bengazi nanokuth ngingubuni emampelen, ngaze ngazama nokuth ngiyishitshe ngizifose ukuba nebhesi jengabo, ukuze nalaba enginabo bengangibalekeli, bangangijaji njengabanye ngoba kwakubuhlungu abantu bengibiza ngomfana ntombazane, khulukazi masesixabana silwa njengezingane cuz sasiyizingane, ngafumana inkosi or iquote yevesi lankulunkulu, ethi konke okudaliwe kudaliwe ngesizathu sakho, and since ngalolosuku ngashitsha ngafunda ukuba ngamukele ivoice yam nendlela engikhuluma ngayo, and from that day ngaqala ngathola ukujabula, abakhuluma abahleba abahlekise ngami, sebakhulu bahleba bahlekisa baze bakhathala, and ngyavuma ngisabuzwa ubuhlungu balokho, kodwa ngazama ukqina ngoba indoda kmele iqine, nesikhath njengoba samba nama ngyaqina sengathola ngisho ukukhululeka, injabulo enginayo nenkululeko enginayo aysachazeki, ungazuth nginamabutterflies esiswini sam, bakubiza kanjalo phela ngesingisi, engzama ukukudlulisa ukuth aykonke empilwen akukho kuhle, ukuth ngesinye iskhathi usuke ufunda isfundo empilwen, sokuba ukwazi ukwamukela lokhu onakho okphiwe kona ngumdali weynsuku, ukuze uthole ukukhululeka empilwen kmele uphinde ukubonge lokhu onakho, ngoba impilo incane, and ukubanendaba nokuth abantu bathin ngawe sometimes akubalulekile, okubalulekile ukuthi uzozwa kanjan wena ngaphakathi.

1 Comments

Leave a comment

3 years ago

You may also like