Thewise_onee
Thewise_onee

NGYAZIBONGELA

NGYAZIBONGELA

10 Plays

21 Aug 2021

baba ngbonge usuke ungiphe lona ngbonge ukuth ungphile usuku olusha usuku lokuba ngilungise amaphutha engwenzile eynsukwini eydlule, ngiphinde ngibonge uthando ongiphe lona baba, lokuba ungigcine ungibhekelele ungthethelele lapha engona khona, ngibonge ukuba ufikile empilwen yam wangigcinela nomzal ungigundise ngawe baba, ukuth ngibheke kuwe uma izinto sezihamba kabi, cuz sigcina sesenza izinto esingaziqondile, ngibonge ukuba ungigcinele umndeni wam kulesi siskhath esinzima, ngibonge injabulo nokuthula okulethile empilwen yam. baba ngicela ungisize ngikwaz ukuthethelela abanye abantu ngezenzo zabo, ngoba nam ngiyisoni baba, ngingubani mina ongajaja abanye ngezenzo zabo, baba usuku lisaqala ilanga liphuma, cela usuku lami ulenze lube nokuthula ngoba wena baba awzwan nendawo engenakho ukuthula, ungivikele uvikele nabanye abantwan bakho emoyen emibi, ukuba singawele kuyo baba,sikwazi ukuzibamba noma isvezela into esisydingayo, baba ngyakbonga ngomama ongiphe yena, angicabangi kungaba khona omunye ofana naye, ngibonge ungiphile umama oqotho ongibhekelelayo, ongisizayo ukuba ngingaphumi endlelen ephambene neyakho, ngibonge ukuth ungitshengisile ukuth uthando langempela lunjan, ngoba ngaphandle kwakhe angazi ngabe ngikhalela kuban uma isimo sesisibi, angazi ngabe ngangizomazi ofana nawe na, baba ngisize ngingalilahli ithemba kuwe noma isimo sinjan, ngibekezele ngoba konke okuhle kuza kwababekezelayo, ngyabonga baba,amen

1 Comments

Leave a comment

3 years ago

You may also like