Maphila InkunziEmdaka
Maphila InkunziEmdaka

Maphila-Dear Mpilo yam

Maphila-Dear Mpilo yam

1 Plays

10 Sep 2022

Dear mpilo yami i wonder ungphathelen ekuhambe kwesi khathi Ngsakhasa ngthembele kumthandazo Yazi ngihlezi ngicabang maybe ngashona nom nin kodwa ngcel wenzele mina ungiphe isikhathi noma sengiphuma esandleni ngangthatheli owam umndeni Abangani engibathandayo nabo plz bangayngena Plz ngcela ungizwe Kuning engifuna ukukfeza And ngingane kamdali Ngisho nglala ngqale ngfunde i bhaybheli Zonke insuku angikaze ngkhohlwe noma kunjani ngakhohlwa kanjan nguwo key wemngango mpilo ngsakhula kodwa ayikhona awukho lula ngimngaka namhlanje but sekukningi engidlule kukon but angisho ukuth sekwanele still ksakuningi engifun kukbon Nginawo maningi amakhono nkinga amathuba awabonwa but ngoba ithemba alibulali nghleli ethembeni kwamnandi ukuba semihlabeni And akukho nzima ngaleyondlela mawungaphumi endleleni ngvuke ekseni ngfase ingxazi ngingene emakasana ngsaluthe abangani ngfune ama pice jobe Angithi iphokotho lishaya umoya And ngikweza konke ngbuye nguqe ngedolo umdali usiza oysizayo ngyazikhuthaza ngyathemba ngzozuza ngyaziduduza everyday ngihlalele ethemben ksabheda ngyazi but unja yawaqeda amanzi ngolim nawe uyazi yashisa lensimbi ngoba ngusomaqinga klungile ngzohibamba ishisa ngiyibambe ngohlelo sengihamba ngisho inkonzo ngizimisele yazi ngempilo yami ngsafuna iqhubeke nami ngidlale indima yami ngfeze iyfisozami ngishintshe isimo ekhyalami iphinde iqhubeke futhi impilo nomdeni wami and ngobonga mangfeza amaphipho ami esaphila umawami kunzima nawe uyazi kodwa ngcela ungiphe isikhathi mpilo yam mpilo yami ngcela ngasheshi ungshiye ngumuntu nami ngyawe amaphutha nami ngsafuna ukubhuzuka nghuzuke ngiphinde ngibhunguke ngijubalale ngtheleke sengnemali eningi ngidle ukotini ngivaye ngye sentin ngshawe umoya ngikhiphe istress ngiselebrate Bonke abangphilisayo ngbaphilise Ngbakhombkse ilokishi ngbafundise ukudoba ofishi Ngphinde ngbakhiphele e bish

1 Comments

Leave a comment

You may also like