Zulu Talk

18 Plays

04 Feb 2022

Ngbonga wena baba thixo somandla Ngako konke ongenzele kona ngisa phila Baning abalbonanga liphuma lanamuhla Lomhlab'Esphila kuwo sowgcwel'inkohlakalo Ingane Zanamhlanje sezibhem' Idakamiva Mawuth uyakhuza bathi wena bowubani Abazali bethu abekho laskhona manje Uban okthume kuthi uzobhekana nathi Ngokusa kwenyi langa uzobathol' emakhoneni Nabazal abasa khuzi ngob' Inhlonipho aysekho Ngisho nobaba angafakaza emazulwin Ngob' abakhalayo Awu Abafelokazi Amanzi awasekho naleyindlela zgwel'igaz Lomhlab' uyahlaba akusekho ukthula Kanti kyoze kube nini sbulalana sodwa? Bengcel'intethelelo ngako konke engikwenzile Uwen'ithemba lami mdali wezulu nomhlaba Izino zam zonke ngizibeka phambi kwakho

1 Comments

Leave a comment

You may also like